Hlathikhulu, South Africa Youth from the rural community of Hlathikhulu gathered over a series of workshops organized through the University of KwaZulu-Natal (UKZN) to discuss gender concepts and issues, and to work in small groups to take photos to represent gender issues in their lives.
ISSUE
The Freedom Fighters
Izinkuni zitholakala kanzima emahlathini ngoba abantu bathatha izindawo ezingahlali muntu, bebiyele amahlathi bethi awabo bese siswela izinkuni. Meke wangena kulelohlathi usunecala. Sihlala emakhaya izinkuni sizidinga kakhulu, sipheka ngazo ngoba asinayo imali yokuzithenga.
Ukutheza izinkuni Collecting Firewood
Izinduna namakhansela sicela benze ubulungiswa emphakathini ngoba kubiyelwa amahlathi bekhona bese abantu basokolela izinkuni kanti sezitholakala kanzima. Kudingeka ukuthi sihlale phansi nabo labantu Solution ababiyela amahlathi kukhulunywe nabo ukuthi abanike abantu amahlathi ngoba izinkuni zitholakala kanzima. Umphakathi futhi kumele uhlangane, uthole izixazululo, ukuze sikwazi ukuthola izinkuni ngoba seziyindlala. Headmen and ward councillors must bring justice to the community because it is hard to find firewood. This is because people are fencing in parts of the forest on their watch. We need to have a meeting with the people who are fencing parts of the forest and tell them to allow other members of the community to collect firewood in the fenced areas because it is difficult to find firewood. The community must have a meeting to find solutions for getting firewood as this has become hard.
It is hard to find firewood in the forest because some people claim some parts of the forest that are not owned by anyone, fence it in and claim it as their own. This makes it hard for us to get firewood. If you go inside the fenced area of the forest to collect firewood you have committed a crime. In our rural community, collecting firewood is important because we need it to cook because we do not have money to buy it.
Ukungabikhona kwamathuba omsebenzi kwabesifazane SOLUTION
ISSUE
Emphakathini abantu besilisa nabesifazane abalingani ngokwemisebenzi. Izikhundla zivame ukuthathwa abantu abadala besilisa. Isibonelo umsebenzi wamakhansela kuvamile ukuthi kube abantu abadala besilisa. Isizathu salokho abantu besifazane isikhathi esiningi kwaziwa ukuthi bahlala endlini, bapheke benze imisebenzi yasendlini. Ukungabikhona kwamathuba emisebenzi kwabesifazane sekudale ukuthi abanye beze bedayise ngemizimba. Okuholela ekutheni bebengabantu ababi emphakathini bebizwe ngamagama afana nomahosha, abanye badingiswe emphakathini.
Ukungalingani kwabantu besifazane nabantu besilisa ngokwemisebenzi. Abanye baze bazivulele amabhizinisi abo ngenxa yokuntuleka kwemisebenzi. Isibonelo ukuvula amacar wash okanye nokudayisa ematafuleni. Ukuxazulula lenkinga emphakathini uhulumeni kumele angenelele ngokuthi akhe amathuba omsebenzi, bese ediliza abantu abadala mhlampe kungavuleka amathuba omsebenzi abantu abasha. Amakhansela kuvame ukuthi kube abantu abadala besilisa akuvamile ukuthi kube umuntu wesifazane wentsha ohola umphakathi.
In our community, men and women do not have equal job opportunities. Leadership positions are usually occupied by older men. For example, ward councillors are usually older men. This is because it is believed that women should spend most of their time at home cooking and doing other house chores. The lack of job opportunities for women has led other women to do sex work. Which makes them bad people in the community and called names such as prostitutes. Others are chased away from the community.
The lack of equal job opportunities between women and men has forced women to be street vendors and wash cars. To solve this problem, the government must create job opportunities and retrench older employees, maybe this may open up job opportunities for the youth.
Solution
Issue
HOUSE CHORES
Fbantu besifazane yibona abangaphansi kwengcindezi yokuba bafeze/benze imisebenzi yasendlini. Kulindeleke ukuthi bapheke, banakekele izingane kanye nabakhwenyana futhi bahlale ekhaya owesilisa ayosebenza athumele imali ekhaya. Osekugcine kwaba insakavukela umchilo wesidwaba, emakhaya kanye nasemphakathini wonkana. Konke lokhu kudalwa noma imbangela imfundiso yasekhaya
Ubulili abuchazi lutho futhi abenzi mehluko, wonke umuntu angakwazi ukuthi apheke. Kuyiqhaza lawo wonke umuntu ekhaya ukuthi abantu banakekeleke. Okubalulekile ukubambisana okwenza wonke umuntu azizwe esekiwe ngokwamandla, ukusebenza kanye nokuzweleka. Lokhu Kuletha umphumela wenjabulo, ubumbano kanye nemfundumalo emndenini nasemphakathini.
Being a man or woman means nothing and makes no difference; anyone can cook. It is every person’s responsibility at home to see to it that everyone is well taken care of. What is important is working together which will help everyone feel supported through equal sharing of power. In this home, house chores will be shared equally, and there will be compassion. This will lead to happiness, unity and warmth in the family and the entire community.
Women are the ones who are under pressure to do all the house chores. They are expected to cook and take care of children and their husbands. They are also expected to stay at home while their husbands go out for work and send money back home. This has become a norm at home and in the larger community. This is all because of what we were taught when growing up.
BUSINESS INEQUALITY Issue
Solution
Emphakathini wethu amabhizinisi amaningi aphethwe abantu besilisa. Lokhu kudalwa ukuthi umuntu wesilisa wazi kangcono kuno muntu wesifazane. Kunenkolelo yokuthi abantu besifazane kumele bahlale ekhaya bagade abantwan.
Emphakathini wethu amabhizinisi amaningi aphethwe abantu besilisa. Lokhu kudalwa ukuthi umuntu wesilisa wazi kangcono kuno muntu wesifazane. Kunenkolelo yokuthi abantu besifazane kumele bahlale ekhaya bagade abantwan.
In our community, many businesses are owned by men. This is because men understand things better than women. There is a belief that women must stay at home and take care of children.
In our community, many businesses are owned by men. This is because men understand things better than women. There is a belief that women must stay at home and take care of children.